Inqotha umuthi yenzani

Inqotha umuthi okwenza ubone izinto ezingekho abanye bawusebenzisa as umuthi wokubona abathakathi nabantu abakugadlayo nezitha zakho ezicashile. Incotho umuthi Uma usebenzisa lomuthi tshela umuntu omethembayo wase khaya ukuthi uyawusebenzisa bese uyakhiya emnyango, umuthi oyingozi lona ngoba uzophuma enyango ubaleke ubona abathakathi ushayiswe izimoto ingakho kumele ukhiye umnyango ususe furnite eyingozi, kube yindlu enama buglur guards. Umuthi lona ususa imimoya emibi, uyachatha ngawo, uwuphuze, uma usaqala kuhle wenze isikalo esincane uma ungasebenzanga dlulisa izinsuku ufake isikalo esithe ukuba sikhudlwana njalo njalo. Inqotha umuthi ibuye ibizwe Incotho umuthi or Didibhuku umuthi or uMgugu wezinhlanya umuthi Inqotha umuthi



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Izincazelo zemithi